Ningam'fak' ethuneni
Ngingakam'boni ngamehlo
Ngim'khulul' ahambe
Ngivalelise kuye
Umama we'ingane zam'
Ningam'fak' ethuneni
Ngingakam'boni ngamehlo
Ngim'khulul' ahambe
Ngivalelise kuye
Umama we'ingane zam'
Nam'hlanje yilanga
Ngizom'bon' okok'gcina
Ngim'khulul' ahambe
Ngivalelise kuye
Umama we'ingane zam'
Yey' yalal' intomb' yomuntu madoda
Yey' yalal' ethunen' ingena' cala
Yey' yafa, yay'shiy' i'ingane zayo
Yey' kul'khun' ezwen' madoda, yey' kul'khun'
Uyadela wen' osulapho (Laph' ezweni kunosizi)
Osuhlel' nabangcwel' ekhaya (Laph' ezweni kuyakhalwa)
Yey' us'khonzele kwabaphambili (Laph' ezweni kuyafiwa, akukh' uk'phum'la
em'hlabeni)
Uyadela wen' osulapho (Laph' ezweni kunosizi)
Osuhlel' nabangcwel' ekhaya (Laph' ezweni kuyakhalwa)
Yey' us'khonzele kwabaphambili (Laph' ezweni kuyafiwa, akukh' uk'phum'la
em'hlabeni)
Yey' yalal' intomb' yevangeli madoda (Laph' ezweni kunosizi)
Yey' yafa yay'shiy' i'ingane zayo (Laph' ezweni kuyakhalwa)
Yey', yey' akekh' ongayokufa (Laph' ezweni kuyafiwa)
Hhaw', wem'thakath' unecala (Akukh' uk'phum'la)
Yey' unecala (Em'hlabeni)
Khuluma nazo hlala bem'zond' abafaz' namadoda, beth' uyofa nin' mfo kaMkhize?
Jik'jela ngampel' ikhansela, lijik'jela phansi laph' eMondlo, kuKwaZulu laph'
eng'phuma khona
Ng'hlala ngaphans' kwentaba yama'yala,ng'phuz' amatshitsh'amhlophe, mfan' wami
Ay bangenza abathakath' madoda haw' ezweni
Ningam'fak' ethuneni
Ngingakam'boni ngamehlo
Ngim'khulul' ahambe
Ngivalelise kuye
Umama we'ingane zam'
Nam'hlanje yilanga
Ngizom'bon' okok'gcina
Ngim'khulul' ahambe
Ngivalelise kuye
Umama we'ingane zam'
Maye yalal' intomb' yomuntu madoda
Yey' yalal' ethunen' ingena' cala
Yey' yafa yay'shiy' i'ingane zayo
Hhaw' wem'bulal' unecala